Isondo: Isondo kuthiwa laqala ukusetshenziswa koMesophothemiya (esekuyise Irakhi namuhla). I-alfabhethi: Indlela yokubhala esiyisebenzisayo kakhulukazi eNingizimu Afrika ngeyesiLethini esuka eNtaliyane. Abantu abaqala ukubhala ul'wazi yibona abas eMesophothemiya futhi, imibhalo yabo kuthiwa yi-cuneiform ngesiNgisi. Ibhulukwe: Ibhulukwe lafika kwaZulu namaNgisi kodwa abokuqala ukugqoka okuyibhulukwe ngabaseShayina esekudlule iminyaka engamankulungwane amathathu begqoka amabhulukwe. Isikibha: Isikibha sakhiwa ngo-1913 eMazweni Abumbene aseMelika. I-shirt: I-shirt kuthiwa laqala ukugqokwa eGibhithe, lapho sekudlule iminyaka engamankulungwane amahlanu baligqoka. Izicathulo: Izicathulo yinto esiyaziyo ezwenikazi lakwaTu (e-Afrika) ngoba nakwaZulu sinazo izimbhadada ezazakhiwa ngesikhumba sezilwane namalungu omuzimba wezilwane. Isibhamu: Isibhamu sokuqala kuthiwa sakhiwa eShayina. Injini yemoto nemoto: Injini yemoto kanye nemoto yokuqala yenziwa ngu-Karl Benz owaseJaliman
A while back I wrote a blog called " Are black people really incapable of governing themselves? " and noted various reasons of why black countries almost never reach certain heights. I know the stereotype of black people is often very negative in developed countries but this is all psychosocial & often engineered to be so. Corruption & criminality is not an exclusively black thing. We have many law-abiding black people who just want to live ordinary lives. The only time black people want to be the main attraction is usually in communities where they are mentally made to be like that. No normal black child grows up just wanting to be corrupt or a criminal without external influences. Not every black person is a criminal & bad behaviour as well as good behaviour is taught. A black society can teach positive behaviours. You might call me "well-trained" or a "house negro" but what does being a criminal often get you other than jail? You can rob a b