Skip to main content

Posts

Showing posts with the label emandulo

Izwe laseMesophothemiya.

I-Sumer yisona sizwe esidala ukudlula zonke eMesophothemiya, sasikhona ngonyaka wama-4500 B. C. Abafundi bomulando nokwasemanulo bakholelwa ukuthi lelizwe laseSumer lakhiwa ngabantu abasuka e-Eshiya yaseNtshonalanga, ngoba ulwimi lwesiSumeriya akulona lwesi-Semitic (lwesiSulumane kumbe lwaseSirayela). EBhabhiloni kwakungenye indawo yaseMesophothemiya eyakhiwa ngama-Akkadian.  Inkolo yaseMesophothemiya ithi ul'wazi lwabo lwaleth'wa ngokuthile okuvela emanzini. • Epic of Gilgamesh   • Epic of Gilgamesh II • Ihubo (Epic of Gilgamesh) ngesiSumeriya

Yesiphi isizathu esadala ukuthi kwakhiwe amaphiramidi?

Ngaqale ngacabanga ukuthi amaphiramidi aseGibhithe akhiwa ngama-Coptic namaSulumane ukuvikela abansundu ukuthi bangadluleli e-Afrika baye e-Eshiya, ngacabanga kabili ngoba siyazi ukuthi abansundu babekhona eGibhithe nasemazweni awamaSulumane emandulo ngesikhathi ekwakubhalwa ngaso incwadi ye-Eksodusi ebhayibhelini. Amaphiramidi akakhiwanga okwodonga futhi ukuthi kuvimbele abantu ukuthi bangadluli okwoDonga Olukhulu laseShayina. Okunye okudala ukuthi ngibone ukuthi amaphiramidi aseGibhithe akakhiwanga ukuvimbela abansundu ngandlela-thize wukuthi umucwaningi womulando waseGibhithe u- Cheikh Anta Diop uthi imizimba ethol'wa khona ngaphakathi kumaphiramidi, ikhombisa (kwizifundo zegazi) ukuthi abanye babantu abaseGibhithe nabawakha amaphiramidi kwakungabantu abansundu . Kukhona nabathi isifinksi sibukeka engathi sinobuso bomuntu onsundu. Siyazi futhi ukuthi iGibhithe yake yabuswa ngabase Nubhiya (ekuyisizwe sabansundu), loku kwenza ukuthi ngibone ukuthi amaphiramidi kwakungamangcwa...