Skip to main content

Yesiphi isizathu esadala ukuthi kwakhiwe amaphiramidi?

Ngaqale ngacabanga ukuthi amaphiramidi aseGibhithe akhiwa ngama-Coptic namaSulumane ukuvikela abansundu ukuthi bangadluleli e-Afrika baye e-Eshiya, ngacabanga kabili ngoba siyazi ukuthi abansundu babekhona eGibhithe nasemazweni awamaSulumane emandulo ngesikhathi ekwakubhalwa ngaso incwadi ye-Eksodusi ebhayibhelini. Amaphiramidi akakhiwanga okwodonga futhi ukuthi kuvimbele abantu ukuthi bangadluli okwoDonga Olukhulu laseShayina. Okunye okudala ukuthi ngibone ukuthi amaphiramidi aseGibhithe akakhiwanga ukuvimbela abansundu ngandlela-thize wukuthi umucwaningi womulando waseGibhithe u-Cheikh Anta Diop uthi imizimba ethol'wa khona ngaphakathi kumaphiramidi, ikhombisa (kwizifundo zegazi) ukuthi abanye babantu abaseGibhithe nabawakha amaphiramidi kwakungabantu abansundu. Kukhona nabathi isifinksi sibukeka engathi sinobuso bomuntu onsundu. Siyazi futhi ukuthi iGibhithe yake yabuswa ngabaseNubhiya (ekuyisizwe sabansundu), loku kwenza ukuthi ngibone ukuthi amaphiramidi kwakungamangcwaba wofaro kuphela, akhiwele ukuthi akhunjulwe nokuthi abonakale izinkulungwane zeminyaka. 

Ucwaningo luveza ukuthi ubukhosi baseGibhithe (ingakanqotshwa ngabaseNubhiya) babeshada nabakubo. Loku kuthiwa kwakuwukuthi amandla wobukhosi ahlale nozalo nomundeni omunye. Igazi lalomundeni kubonakala engathi lwalubaluleke ngayona ndlela kubaseGibhithe yasemandulo. 

Kukhona nenkolelo yokuthi amaphiramidi aseGibhithe ayenamandla wokuletha amanzi, okwakungabe yinto ebalulekile endaweni eyomile.

"Ukufunda umulando kubuye kube wukufunda ngobuqaba basemandulo." - Ongaziwa

Ukuthi inkolelo yabaseGibhithe emandulo kwakungayona noma babelandela othixo bamanga, ngeke sazi. Izimfihlo zomufula iNayili sezalahleka ngaphansi kwehlane iSahara. 


Comments

Popular posts from this blog

Comprehensive classification of Ngoni / Nguni groups.

List of Ngoni / Nguni nations : • Bhaca • Hlubi • Mpondo • Ndebele (northern Ndebele in Mthwakazi & southern Ndebele in Gauteng, South Africa) • Ngoni / Jere / Jele (mainly in Malawi, northern Mozambique, southern Tanzania, Zambia) • Nhlangwini    • Shangaan  • Swazi  • Tembu • Xhosa • Zizi • Zulu Altogether, twelve (12) "Nguni" groups are known to exist. From my knowledge in any case.  Bhaca, Hlubi, Nhlangwini, Swazi & Zizi are the Mbo Entity . The Mbo Entity often declassifies itself from the Nguni group. Nhlangwini & Swazi are under a Dlamini dynasty while the Hlubi & Zizi are also Dlamini tribes. Ngoni & Shangaan are of Ndwandwe origin (a tribe assimilated by the Zulu Empire). Bhaca, Hlubi, Ndebele, Nhlangwini, Shangaan, Zizi & some Mpondo are often classified as Zulu. While it's unknown whether Mpondo & Xhosa qualify as Nguni, they are often grouped as Nguni. Using family groups to classify :  • Mbo • Mpo...

The M. M. Opinion Journal

Ponderings of the Man from Mpofana is getting cluttered & has several already outdated works, so I'll be blogging on The M. M. Opinion Journal  blog in future. 

Concept of a Ngoni Federation.

For all who might still be lost as to who is what, here is a Comprehensive classification of Ngoni / Nguni groups .  While a Nguni superstate might not work, a Nguni/Ngoni Federation might. This would involve doing some administration & building some currently non-existing boards & infrastructure. The plan being to build a functioning & successful ethno-federation under one motive to develop Nguni/Ngon i identity & livelihoods of citizens in Nguni/Ngoni territories. Bearing in mind that we do not all live in the same countries so the laws of the respective countries we live under would need to be obeyed.  The Plan :  • Schools that share a similar syllabus . These schools would have to teach their respective Nguni/Ngoni languages as a mandatory language. For schools in Ngoni territories who no longer speak a Nguni/Ngoni language, the Zulu language could be the default language. • Sports academies associated with the respect...